Limfiliba ikusasa lohlelo olukhombisa ngempilo yomndeni wakwaBala, iThe Bala Family, kulandela ukuvela kokuthi ngeke yenziwe isizini entsha maduze.
USONKONDLO waseMbongolwane, eShowe, uSiyabonga " Sya Imbongi Yako Ngwane" Hlongwane, ube yiNdlondlo yeZibongo ZoKhozi FM 2026 izolo.
UDe Rose igama lakhe lokuzalwa wuThandeka Cele. Ngaphambi kweNyamezela, uzakhele udumo emculweni ngengoma kaDJ Jaivane ethi Lutho, nethi Hello - ayenze noSfarzo ...
IMBONGI yodumo oKhozini, uSiyabonga Mpungose, idalule okushaqise abaningi enkonzweni yomngcwabo yobeyikhansela lokuqala leMK Party kuMasipala weTheku, uMnuz Mandla ...
INTSHA edumile ezakhele igama ezinkundleni zokuxhumana ikhale ngaphansi emizwamweni yayo yokuba ngubuso obusha bohlelo iTop Billing esanda kushaya ibuya kuthelevishini ...
Ngokwe-website yalo mkhankaso, kusanikele abantu abangu-18 ngoR900 futhi inhloso ukuhlanganisa u-R1 million.
Umhleli walo mcimbi okudlalwa kuwo kakhulu i-Afro House, uDJ Merlon, uthe bazowenza ngoDisemba 19 no-20 ePeople's Park, eMoses Mabhida Stadium.
Sekuya ngasemaphethelweni ukuthungathwa komethuli omusha wohlelo iTop Billing yakwi-S3 njengoba sekukhethwe abangu-10 abaphambili abathumela imingenelo yomncintiswano. ...
USjava ugubhe impumelelo yakhe yokuqoba kumaSouth African Music Awards (Sama) abeseSun City ngenyanga edlule nabalandeli bakhe baseThekwini enandisa emcimbini i-Old ...
ISILOMO somculo kamaskandi kulezi zinsuku, uNkululeko " Snqamu Sodidla" Mathenjwa, useziphendulele kwabakhala ngokweqiwa kwaso yizinkamba, ikakhulukazi emicimbini. ...
AMANAZARETHA asohlangathini laseBuhleni abhoka ayakhahlela ngokuqashwa kwamaciko ayizingunguluza, okuyigama okubizwa ngalo abantu abangakhonzi kuleli bandla, emikhosini ...
OSAZIWAYO abasemikhakheni okukhona kuyo amafilimu, imfashini, umculo, ubuciko, umkhakha wezobumnandi nezintatheli, bazobungazwa ngempumelelo yabo kulemikhakha abakuyo ...
ONGUMDIDIYELI omkhulu wezinhlelo oKhozini, uZandi Wardle, ushiye angalazi kubasakazi abazitshela ukuthi sebeyinto ephezulu ekhekheni eziteshini abazisebenzelayo ...
Kuvele ababili ngelokubulawa kowesifazane eDawn Park
" AWUDINGI imali eningi, udinga izandla nengqondo kwakho futhi iminyaka ayimuvimbi umuntu ukuba aziqalele ibhizinisi lakhe." Lokhu kushiwo intokazi esencane yaKwaNdengezi, ...
UMLINGISI wemidlalo yethelevishini, uNonjabulo " Dakho" Shelembe, usezakhele ugazi emphakathini wangakubo ngokwenzela izaguga ezixakekile uKhisimusi wazo ngoDisemba. ...
Le ndumezulu yomcimbi ibisingathwa kabili ngonyaka – ngoMgqibelo okusuke kuneHollywoodbets Durban July ngawo kanjalo nangoDisemba 31 ePeople’s Park, eMoses Mabhida ...
" NGIBONE. Ungizwe. Asigide" Lesi yisiqubulo salo nyaka somkhosi wezobuciko iNozincwadi International Storytelling Festival eyasungulwa ingqalabutho uDkt Gcina Mhlophe ...
KUQHUME izibhamu,kwagwazanwa ngemimese, kwachashanwa ngezinhlamba, kwaqhuma nesimbambamba kuxabana amalungu e-Economic Freedom Fighters kaMnuz Julius Malema namabhinca ...
USAZIWAYO wakuleli odume ngokusanda engaligqokile idilozi, uZodwa Wabantu Libram, uzohlonipha umculi kamaskandi ongasekho kwi-One Night Only, Two Legends:Total Mayhem ...